Ukushaqeka kushona indoda izitika ngesidlo sasemini ehhotela

2016-07-22 16:03

Nyeri – Kujabhe isidlo sasemini ngesikhathi owesilisa eshona esazitika ngokudla ehhotela eliseNyeri, eKenya, ngokusho kombiko.

Lesi sigameko sishiye amanye amakhasimende kuleli hhotela ebambe ongezansi.

“Uvele wathula nje sisaxoxa kamnandi sizitika nangezibiliboco,” kusho ozibonele.

Eminye imibiko iveza ukuthi le ndoda ibivele iphathwa yisifuba somoya, kanti kungenzeka ukuthi ibulawe yiso.

OLUNYE UDABA: Kushone oyedwa beshayiswa yisitimela bedlala

“Ngishaqekile ngoba ayikaze yenzeke into efana nalena kuleli dolobha. Kuyasabisa kakhulu lkhu okwenzekile.

“Uphenyo nokuhlolwa kwesidumbu yikho okuzoveza imbangela yokushona kwale ndoda,” kusho uCarol Nyawira, odayisa emakethe eyakhelene naleli hhotela.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.