Ukushaqeka kutholakala izicubu zomuntu ebhishi

2016-07-01 11:30

Rio de Janeiro – Amaphoyisa athi ulwandle lukhiphele ngaphandle izicubu zomuntu ebhishi eliseCopacabana, eRio de Janeiro, eBrazil, budebuduze nalapho kuzodlalelwa khona umdlalo wama-Olympic.

Lokhu kutholakala kwalezi zicubu kubikwe umuntu odayisa emgwaqeni kuleliya dolobha ngoLwesithathu.

OLUNYE UDABA: Kutholakale izicubu zomzimba zintanta emanzini

Lesi yisigameko sakamuva kuleli dolobha elibhekene nenkinga yezinga eliphezulu lobugebengu, kanti kuvusa itwetwe kwabaningi njengoba imidlalo yama-Olympic yalo nyaka izobanjelwa khona.

Akucaci ukuthi ubulawe kanjani umnikazi walezi zicubu zomuntu ezitholakele.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.