Ukushoda kukaphethiloli angeke kukuphazamise ukuhamba kwamabhasi

2016-08-02 19:05

Johannesburg – Abamabhasi akwaMetrobus sebeqinisekise abagibeli ukuthi isitelekasikaphethiloli esiqhubekyo angeke size sikuphazamise ukuhamba kwamabhasi awo.

Uphethiloli uhanjiswe edephu yamabhasi izolo ebusuku kanti kulindeleke ukuba ubaqhube kuze kuphele isonto.

OLUNYE UDABA: Usuphelile uphethiloli kwamanye amagalaji eThekwini

AbakwaMetrobus baze banciphisa ukusebenza kwamabhasi izolo ngenxa yokushoda kwaphethiloli ngenxa yesiteleka samaholo eChemical Energy Paper Printing Wood and Allied Workers Union’s.

Okhulumela abakwaMetrobus u-Esther Dreyer uthe, "Ngenhlanhla, silethelwe uphethiloli izolo ebusuku kanti amabhasi azohamba ngokujwayelekile kuze kuphele isonto."

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                 


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.