Ukuthula kwami akusho ukuthi akusetshenzwa - Owe-NPA

2017-09-06 12:34

Cape Town - UShaun Abrahams weNational Director of Public Prosecutions uthi ukuthula kwakhe akusho ukuthi awukho umsebenzi owenziwa yiNational Prosecuting Authority.

U-Abrahams ubevele phambi kwekomidi lezobulungiswa ePhalamende, lapho khona yena kanye nethimba lakhe bethule khona umbiko ngomsebenzi wabo phakathi kukaJuni no-Ephreli nonyaka.

U-Abrahams utshele ikomidi ukuthi uyayibona imibiko ebuza ukuthi ukuphi.

OLUNYE UDABA: Uthisha ecaleni lokudlwengula umfundi

“Kunemibiko yabezindaba lapho abanye bebuza khona ukuthi ukuphi uShaun Abrahams noma uMqondisi weNPA kuzwelonke. Okokuqala nje, ukuthula kwami akusho ukuthi akusetshenzwa. Okwesibili, ngokwe-NPA Act noMthethosisekelo, ngiphoqeleke ukubikela leli komidi, nePhalamende.”

U-Abrahams uthi ama-email akwaGupta ayingxenye yophenyo olwenziwa oKlebe ngombiko kaMvikeli woMphakathi omayelana neState Capture, i-NPA eyingxenye yalo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.