Ukuthwala ilunda yikona okusilimazayo - Sihle Zikalala

2016-08-15 07:16

Durban – Usihlalo we-ANC esifundzweni sakwaZulu-Natal ubale izinto eziyizinqinamba ezinkulu zikaKhongolose, kubika i-eNCA.

USihle Zikalala utshele laba abakhethelwe ukuba amakhansela kaKhongolose ukuthi kumele baqaphele inkohlakalo, ukuzikhukhumeza kanye nokungazilandeli izikhalazo zomphakathi.

OLUNYE UDABA:UKhongolose uxoshe owafihla awubugebengu

“Uma sibukisisa kahle,imiphumela yeseTshwane, Nelson Mandela Bay kanye naseGoli isithumela umlayezo. Umlayezo osenza sizibuze ukuthi ngabe i-ANC isamele inkululeko yabantu na? Noma sisenza lokhu okulindelekile emphakathini?”

UZikalala uqhubeke wathi lokhu kubalulekile ukuthi kuhlaziywe futhi kushintshwe indlela esenza ngayo ukubuyisa isithunzi sale nhlangano.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.