Ukuwina kuphela okungasisindisa - Umqeqeshi

2017-03-03 12:31

Johannesburg - Umqeqeshi weBloemfontein Celtic uLehlohonolo Seema uthi indlela yokugwema izembe ukuwina kuphela njengoba bebheke emdlalweni wabo neBidvest Wits ngoLwesihlanu ebusuku.

Umdlalo kulindeleke uqale ngo-20:00 eBidvest Stadium.

Njengoba leli qembu linamaphuzu angu-18 emidlalweni engu-18, lokhu kumenza ahlale ekhathazekile uSeema.

OLUNYE UDABA: OwePirates uncome amagalelo omqeqeshi omusha

"Amalungiselelo ahambe kahle futhi isimangazile nendlela abadlali ababonise ngayo ukuhlanga kulandela ukwehlulwa ekhaya,” kusho uSeema kwi-website yeqembu, ngesikhathi ekhuluma ngokushaywa kwabo ngo-3-0 yiPlatinum Stars ngempelasonto edlule.

"Siyazi ukuthi sibhekene nomqansa njengoba sizokudlala neqembu elisenzingeni eliphezulu njengeWits, kodwa futhi sikhathazekile ngendawo esilele kuyona kwiligi kanti indlela yokuba sisuke kuyona ukuthi siwine."

- KickOff.com

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.