Ukuxoxa kanye nocansi yiwona mgogodla wothando oluqinile

2017-08-11 19:29

Durban - Abesimame abaningi bakuleli bebegubha usuku lweMbokodo ngoLwesithathu.

EThekwini, abesimame bagubhe lolu suku behlanganyele ndawonye emcimbini obizwa ngokuthi yi-Woman to Woman: Ezikabhoqo.

Le ngqungquthela ibihlelwe wuZanele LaMbokazi-Nkambule ngaphansi kwe-Ambassadors House Ministries.

OLUNYE UDABA:Nazi ezinye zezizathu ezenza owesifazane angafiki kuvuthondaba

UNomagugu Zikhali,32, obengomunye wazihambeli kulo mcimbi uthe: "Yini efunwa ngabantu besilisa? Sibenzela yonke into, kodwa bayaqhubeka nokugijimisa amantombazane amancane.

ULaMbokazi uphendule wathi: "Isikhathi nikhulume kanye nocansi, yikona okuqinisa uthando. Kumele uzinike isikhathi uzenze muhle, uthenge i-lingerie yakho uvuse umshado wakho."

UMbali Mseleko ongomunye wamakhosikazi kaMusa Mseleku ababaduma ngohlelo loThando Nesithembu uthe: "Amadoda awaneliseki ngomuntu oyedwa.

Azohlezi aneso elizulayo ngisho noma ngabe umenzela yonke into, banjalo-nje futhi ungazisoli ucabange ukuthi kukhona okungalungile ngawe.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.