Ukuzikhukhumeza kwe-ANC ikona okuyifake obishini - Umbiko

2016-08-08 07:42

Cape Town – Umbhishobhi  uNjongonkulu Ndungane uthi inkohlakalo kanye ngokungaholi ngendlela sekuze kwayikhubaza lenhlangano eyayithandwa kakhulu i-African National Congress.

UNdungane uthi imiphumela yokhetho lwangoLwesithathu iyindlela yokuzama ukuphaphamisa le nhlangono esigcwele ukuzikhukhumeza.

Funda nalolu daba:Kugqugquzelwa uxolo ehostela lezigemegeme eThekwini

“Kunesisho sesiNgisi esithi ungabenza abanye abantu izilima ngesinye isikhathi, kodwa ngeke wenze bonke abantu izilima ngaso sonke isikhathi.

“Sesiyayibona imiphumela yeminyaka yenkohlakalo kanye nokungaphathi ngendlela,”kusho uNdungane.

Lo Mbhishobhi uqhubeke wathi izakhamuzi zakuleli zisebenzise ivoti ukubonisa ukungagculiseki kwabo ngesimo saleli lizwe. Iziphathi mandla azibashayi ndiva abantu uma betelekela izidingo zabo.

-AFRICAN NEWS AGENCY

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.