Ukwakhiwa kabusha kwekhaya lezingane angeke kwenzeke maduze

2018-02-26 09:30

Durban - Abaphathi bekhaya lezingane i-Edith Benson elisendaweni yaseSherwood, eThekwini, bathi sebehlalelwe wumsebenzi wokwakha kabusha isakhiwo kulandela umonakalo odalwe wumlilo ekuqaleni kweviki eledlule.

Leli khaya belihlala izingane ezingaphezu kwezingu-50.

UKerusha Govender, oyilungu lebhodi laleli khaya, uthe ukwakhiwa kabusha kwalesi sakhiwo yinto ezothatha izikhathi.

"Akushanga sonke isakhiwo, ngakho akhona amthuba okuthi sakhiwe kabusha," usho njalo.

OLUNYE UDABA:Lishe langqongqa ikhaya lezingane eThekwini

UGovernder uthe kuningi okufanele kwenziwe ngaphambi kokuba lesi sakhiwo sakhiwe kabusha.

Uthe kufanele kuphenywe kuphinde kuqongelelwe nemali.

"Asinaso isiqiniseko sokuthi yini equbule lo mlilo. Akusiso isakhiwo esishasha, ngakho kungenzeka ukuthi ukuthinteka kwezintambo zikagesi, kodwa asazi simane siyasho nje," esho.

Iziphathimandla ziphenya imbangela yelangabi langoLwesibili odlule.

Zonke izingane ziphephile njengoba zakhishwa kusenesikhathi.

Abosizo lokuqala abafika endaweni yeisgameko bathi kwalashwa umuntu oyedwa ngokuhogela intuthu.

 - Twitter:

- Newswatch

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.