Ulahleke esibhedlela owasinda yedwa kuqothwa umndeni ngenhlamvu

2017-01-25 19:30

Durban - UNobhala we-COSATU esifundazweni sakwaZulu-Natal u-Edwin Mkhize, lesi ngesinye sezikhalazo ezivezwe ngamalungu omndeni ngesikhathi bevakashele eHammarsdale ngoLwesibili.

Ngokusho kwamaphoyisa abasolwa abahlanu bagasele emzini oseGeorgedale ngoLwesihlanu ebusuku badubula babulala abantu abayisithupha.

Isisulu sesikhombisa esasinda siphuthunyiswe esibhedlela, kubika iNewswatch.

OLUNYE UDABA:Kudutshulwe kwabulala umama nengane yakhe

Kwatholakala isidakamizwa i-Whoonga kulo muzi kanti oyedwa wezisulu ezabulawa ubebhekene necala lezidakamizwa.

“Lo mndeni ukhale kabi ngesisulu esinyamalale esibhedlela. Ezinye zezikhalazo zemindeni wukuthi amaphoyisa awabacaciseli ngokuqhubeka kwecala njengoba kwabula wabantu,” kusho uMkhize.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.