Ulahlwe yicala ohlukumeze ihhashi

2016-07-05 19:02

Johannesburg - Umlisa oshaye ihhashi nge-fan belt wabeselishiya khona lapho ukuze life ngesikhathi seliqulekile, kulandela ukuhamba nalo indawo engamakhilomitha angu-20 engaliphuzisi amanzi, ulahlwe yicala lokubanesihluku ezilwaneni.

UNkatlholang Jan Kaoeng‚ 26‚ ugwetshwe yiNkantolo yeMantshi eDealesville eFree State izinyanga eziyisithupha enza imisebenzi yomphakathi.

UReinet Meyer‚ oyisikhulu eSPCA eBloemfontein‚ uthe isakhamuzi esikhathazekile sazise le nhlangano ngemuva kokubona ihhashi lilele endaweni eyodwa izinsuku ezimbili.

Funda nalolu daba: Ungene obishini olale nebhungu ephathini yendodakazi

Uthe ihhashi beselikhathele futhi lomele amanzi.

UKaoeng uvumile kwi-SPCA ukuthi ngaphambi kokuquleka, ihhashi belingaphiwanga amanzi noma ukudla.

Ihhashi lithathwe abakwaSPCA, kuika iTimesLive.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.