Ulahlwe yicala owayekhwelele isaguga ngesibhaxu ekhaya labadala

2017-01-24 16:04

Johannesburg - Owayesebenza ekhaya labadala eLily Kirchmann, uNcediswa Mkenkcele, utholwe enamacala amahlanu ahlobene nokushaya ngesihluku uHope Sherpherd, 84.

Isinqumo senziwa kudala enkantolo yamajaji amancane, eNkantolo yeMantshi yase-East London.

OLUNYE UDABA: Kugwetshwe isisebenzi sasekhaya labadala ngokubulala izaguga

Isigameko saqoshwa kwi-video ngaphakathi ekhaya labadala eBerea.

USherpherd wadlula emhlabeni ezinyangeni ezingu-7 ezedlule ngemuva kokuba indodakazi yakhe, uBernice Robertson, ithole ukuthi umama wayo uyashaywa.

UMkenkcele uzogwetshwa ngomhlaka-30 Mashi.

 - IVIDEO

 - SowetanLive

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.