Ulandelwe yizigebengu waze wafika ngasekhaya okhiphe uR8 000 ebhange

2016-08-17 20:29

Johannesburg - Amaphoyisa aphenya icala lokubamba inkunzi ngemuva kokuba izigebengu ebezihlomile zilandele indoda ebiphuma ebhange ngoLwesihlanu.

Kusolwa ukuthi izigebengu ezintathu zilandelane nedoda ebisuka eStandard Bank eBenoni la ebikhiphe khona imali engu-R8 000.

OLUNYE UDABA: Kubanjwe inkunzi ebhange eGoli

Izigebengu ebezihamba ngemoto yohlobo lweMercedes Benz zilandele le ndoda ngemuva zazezayoyivimba kuDeodar Street ePomona.

Ngokusho kokkhulumela amaphoyisa aseKempton Park uCaptain Jethro Mtshali isigameko senzeke ngezithuba zabo-14:45.

"Iasisulu sithe sibone imoto ima phambi kwayo. Oyedwa wezigebengu waphuma emotweni yaya kuso yasikhomba ngesibhamu wafuna imali engu-R8 000 ebesiwukhiphe kwi-ATM," kusho uMtshali.

Le ndoda yasinika izigebengu zabaleka, kubika iKemptonExpress.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.