Ulibofuzo lukhomba iphoyisa kwelokudlwengula intombazane,11,

2016-08-16 14:29

Thulamahashe - Iphoyisa liyaziphika izinsolo zokudlwengula intombazane,11, njengoba ulibofuzo lukhoma ukuthi ilona elenza icala, kubika iDaily Sun.

UDetective-Constable Lolo Mabunda ,35, uthi wasindisa le ntombazane idlwengulwa abafana ababili phandle kwethaveni.

Funda nalolu daba:Kuboshwe iphoyisa ngokubulawa komshayeli

Leli phoyisa libhekene namacala okuthumba kanye nokudlwengula. Litshele inkantolo yesiFunda eMhala ukuthi wabona abafana ababili bevalele le ntombazane ekhoneni endaweni yase-Athol eThulamahashe ngezintatha zangomhlaka 15 kuNtulikazi.

Yize kunjalo uKaputeni uPeter Mhlongo wophiko lwe-Family Violence and Child Protection Services, uthe umsolwa wavinjwa umphakathi bemubona edudula le ntombazane eyifaka emotweni yakhe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.