Ulimale kabi okhahlele isitimela sihamba

2018-05-04 12:33

Ottawa - Ilimale kanzima indoda ekhahlele isitimela sihamba esiteshini sesitimela eCanada.

Amaphoyisa abizelwe esiteshini sesitimela ngemuva kokuba kubambeke umlenze wendoda pohakathi kwesitimela nonqenqema,

Kuthathe isikhathi ukuba abosizo lokuqala ukuyitakula ngaphambi kokuba iphuthunyiswe esibhedlela nomlenze oplimele.

OLUNYE UDABA:Usindile umfana okhafulwe isitimela ebesihamba iminyango ingavaliwe

Isigameko senzeke ngezithuba zabo-20:00 esiteshini sesitimela iBelvedere LRT eduzane nakuFort Road no-129 Avenue e-Edmonton.

Ngokusho kwamaphoyisa ase-Edmonton nabantu abebesendaweni yeisgameko, indoda, 25, ikhahlele isitimela esihambayo, kwabambeka umlenze wayo phakathi kwesitimela nonqenqema lwajantshi.


- wwww

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.