Ulimale kabi owesimame ophaphalaze ngemoto yayongena egcekeni lomuzi

2018-03-25 13:29

EGoli - Owesimame okukholakala ukuthi useminyakeni yo-30 ubudala ulimale kabi ngemuva kokuginqika nemoto.

Lo wesimame ubehamba ku-R39 ngesikhathi imoto yakhe iphaphalaza yayoshayisa ubonda lomuzi eMeyerton, Gauteng, ngoMgqibelo ebusuku.

Abezicishamlilo baphuthume endaweni yesigameko bakhipha lo wesimame emotweni bengakafiki abosizo lokuqala.

OLUNYE UDABA:Kushone oyedwa kwalimala abanye kuginqika iveni

Abe-ER24 bafike ngale kwehore leshumi nambili ebusuku.

Ngesikhathi kuhlolwa isimo salo wesimame kutholakale ukuthi ulimale kabi.

Abe-ER24 bamulaphele kule ndawo ngaphambi kokumphuthumisa esibhedlela iMediclinic Vereeniging.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.