Ulimale kabi owesimame owe kusukela ehhovisi lakhe

2017-07-28 07:01

Radnpark - Owesimame oneminyaka engu-29 ubudala ulimale kabi ewa kusukela ophahleni lwehhovisi elisekhaya.

Lokhu kwenzeke ngoLwesine emini endaweni yaseRandpark eGoli.

Abe-ER24 bafike endaweni yesigameko bathola ukuthi lo wesimame uwe endaweni engamamitha angu-8.

OLUNYE UDABA:Umakhwapheni uwe washona ecashela unkosikazi

Kukholakala ukuthi ubethutha amabhokisi ophahleni lwehhovisi ngesikhathi kubhidlika isilingi.

Abezimo eziphuthumayo bamhlengele kule ndawo ngaphambi kokumphuthumisa esibhedlela.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.