Ulimale kabi umsolwa odutshulwe amaphoyisa eLoskop

2017-08-10 18:01

eLoskop - Amaphoyisa adubule alimaza owesilisa ngeSonto ekuseni endaweni yase-Amangwe.

Lo mlisa osolwa ngokugebenga ibhizinisi ulimale kabi ngemuva kwalesi sehlakalo.

OLUNYE UDABA:Isale imabokoboko intombi ecele ukulotsholwa

Kukholakala ukuthi amadoda amabili agqekeze ibhizinisi eliseGcinusizi eLoskop ngeSonto.

Amaphoyisa aphuthume kule ndawo ngemuva kokubikelwa ngalesi sehlakalo.

Ngesikhathi efika amaphoyisa, kube nokuhilizizana nabasolwa bethathana ngenhlamvu. Amaphoyisa athole isibhamu esingekho emthethweni kulo msolwa olimele, kubika i-Estcourt News.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.