Ulimale kanzima oshayise endaweni yokupaka izimoto eMall

2017-02-10 09:02

Johannesburg - Ulimale kanzima owesifazane okukholakala ukuthi uneminyaka engu-50 ubudala ngemuva kokushayisa imoto yakhe odongeni endaweni yokupaka izimoto esenxanxathela yezitolo.

Le nxanxathela yezitolo isekhoneni likaLeslie noDouglas Road eFourways.

OLUNYE UDABA: Kushone oshayise isihlahla ngemoto

URussel Meiring we-ER24 uthe abosizo lokuqala bafice lo wesifazane elele phakathi emotweni yakhe eshayeke odongeni.

Abe-Rescue Medics batakule lo wesifazane ngokucophelela emotweni yakhe, "bathola ukuthi uthole ulimale kabi futhi usesimweni esibucayi".

Ngemuva kokwelashwa, lo wesifazane uphuthunyiswe esibhedlela iLife Fourways eyoqhutshekwa nokwelashwa.

 - TMG Digital

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.