Ulivumile icala owadala ingozi eyabulala abangani bakhe

2016-07-12 14:34

Kimberley – Sekuphele iminyaka emibili kwenzeka ingozi enyantisayo ku-N2 lapho owesilisa walahlekelwa abangani bakhe ababili.

Lo mlisa oneminyaka engu-21 ubudala uwavumile amacala okubulala ngokungenhloso ngokushona kwabangani bakhe.

UHenco Boshoff ubevela phambi kweMantshi yaseKimberley lapho bekuqulwa khona icala lakhe ngokushona kukaChara van Zyl, 18, noHendre Gouws, 19.

UVan Zyl noGouws bashona ngesikhathi iloli lishayisa imoto yohlobo lwe-Ford Focus eyayishayelwa uBashoff ngomhlaka 11 kuNtulikazi ngo-2014.

Kuthiwa uBoshoff akayilandelanga imiyalo yomgwaqo ngesikhathi ehamba phakathi kukaR31 no-N2. Abangani bakhe balimala kabi, uGouws washonela khona lapho kanti uVan Zyl washonela esibhedlela, kubika i-Diamond Fields Advertiser.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.