Ulivumile icala owaqoba izithandani wabilisa amakhanda

2016-07-25 12:31

Moscow – Osolwa ngokuba yizimuzimu uboshiwe ngemuva kwezinsolo zokubulala izithandani ngaphambi kokuba abilise amakhanda azo ekhishini lakhe.

Ngokombiko we-UK Metro, indoda eneminyaka engu-64 ubudala ivumile ukuthi yaqoba izidumbu zezithandani isebenzisa isaha ngaphambi kokuba ibilise amakhanda azo isebenzisa isitofi segesi, amanye amalungu omzimba yawashaya ne-thoyilethe.

Funda nalolu daba: Ingwe ibulale owesifazane yalimaza kabi omunye

Isenzo sakhe saholela ekutheni kuvaleke izitamkoko endaweni, kwabizwa o-plumber ukuba bazophenya, kubika i-Daily Mail.

Ngesikhathi bephenya bathola ukuthi lento evalile isuka emzini wale ndoda.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.