Ulunywe yizingwenya ongene esizibeni ebalekela umphakathi

2018-02-23 18:00

Lilongwe - Ungeniswe esibhedlela iChikwawa District Hospital, eMalawi, owesilisa onguShadreck Vitto ngemuva kokulimala emahlombe nasemlenzeni kulandela ukulunywa yizingwenya.

Okhulumela amaphoyisa aseChikwawa, uConstable Foster Benjamin, usiqinisekisile lesi sigameko ngesikhathi enengxoxo neMalawi News Agency (Mana) ngoLwesine, kubika iNyasha Times.

UBenjamin uthe lesi sehlakalo senzeke ngoLwesithathu ntambama eMaperera River, eLazaro Village.

OLUNYE UDABA: Ushonile umfana olunywe ingwenya edoba

“Uhlaselwa yizingwenya nje akukapheli nezinsuku ezintathu esolwe ngokweba izimbuzi kulesiya sigodi. Uhlangabezana nalo mshophi nje ubevele egcwele amathafa," kusho uBenjamin.

Uqhube ngokuthi ngosuku lwesigameko, amalungu omphakathi ayesho ukumudla luhlaza amthungatha umsolwa amgijimisa waze wayofika emfuleni.

"Esebona ukuthi liyamshonela uVitto wabe esejombela esizibeni kanti uzolunywa yizingwenya."

Uthi umsolwa wakwazi ukulwa nalezi zilwane ebe ecela usizo, wagcina esesizwe yiwo futhi amalungu omphakathi abemjaha.

Wabe esephuthunyiswa esibhedlela, lapho ethola khona usizo lwezempilo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.