"Uma eya kwi-Pirates akakhohlwe ukudlalela iBafana" - Umbiko

2016-07-08 16:02

I-Orlando Pirates okuthiwa ifuna ukunikezela ngo-Tshepo Gumede kanye noSamora Motloung ukuze ithole unozinti weqembu eselibizwa nge-Cape Town City uJackson Mabokgwane.

Abanye abalandeli bathi uma lonozinti ejoyina amaBhakaniya ngeke aphinde adlalele iBafana Bafana.

OLUNYE UDABA:I-Aces izohlanganyela nosanda kuxoshwa i-Orlando Pirates

“Uma eya kwi-Pirates ikusasa lakhe neBafana Bafana lizoshabalala, leli qembu linokhuba wokuthatha onozinti abanekhono bese babashikishisa ibhentshi,”kusho u-Octavious ongumlandeli waleli qembu.

Abanye abalandeli bathi akukho okubi ngokuthi lo nozinti ajoyine leli qembu ikakhulukazi njengoba eyoqeqeshwa umqeqeshi amjwayele, kusho iSoccer Laduma.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.