Uma ngiyihlala pho anihleki ngani, kubuza umengameli

2016-05-17 17:00

Cape Town – “Uma ngiyihlala pho anihleki ngani?” Lo kube ngumbuzo uMengameli Jacob Zuma abewubhekise kuSotswebhu we-DA uJohn Steenhuisen, ombize ngehlaya.

"Kumele nihleke phela uma kuwukuthi ngiyinhlekisa,” kusho uZuma ebheke emabhentshini e-DA.

Usho lokhu wase eyaphela yinsini umengameli.

UZuma ubephendula imibuzo ePhalamende mayelana nokuzimela kwezobulungiswa kuleli.

Umengameli ubebukeka ethokozile, ubephendula abuye athi akayiqondi eminye imibuzo ahlonywa yona nokuthi kumele ayiphendule kanjani.

OLUNYE UDABA: ‘Waze wasihlaza umama othe akasizwa isiNgisi ePhalamende’

Owe-DA uGlynnis Breytenbach ubuze uZuma ukuthi uzoxolisa yini ngokubukela phansi ezobulungiswa.

“Angiwuqondi umbuzo wakho…ngisanda kuwuphendula. Angazi yini okumele ngiyixolisele,” kuphendula umengameli.

Umengameli uphendule imibuzo ingasekho i-EFF ngemuva kokuthi ikhishwe ngesankahlu ePhalamende.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.