"Uma uRamaphosa wayemkholwa uKhwezi, wayethuleleni sonke lesi sikhathi"

2017-12-10 10:17

UZikalala uthi uphoxekile ngokuphawula kukaRamaphosa odabeni lukaFezekile Kuzwayo - owayaziwa ngelikaKhwezi. Ugxeke uRamaphosa ngokuphumela obala okokuqala ngqa ngalolu daba.

UKuzwayo wasola uMengameli uJacob Zuma ngokumdwengula ngo-2005.

OLUNYE UDABA:Ukuhlaselwa kukaJackson Mthembu kutshengisa ukungaziphathi kahle - Ramaphosa

NgoLwesine uRamaphosa ubenengxoxo noKarima Brown emsakazweni u-702 lapho aveze khona ukuthi uyamkholwa uKuzwayo.

Ekuqaleni, uRamaphosa uthi kwakumele ahambisane nesinqumo senkantolo, lapho uZuma aphumaphambili kuleli cala. kodwa wabuye wakucabangisisa lokhu okwashiwo wuKuzwayo futhi uyazwelana naye.

UZikalala ugxeke uRamaphosa ngokusebenzisa lolu daba ukuze agaye amavoti.

"Uma uRamaphosa abona ukuthi uKhwezi ukhuluma iqiniso, wayethuleleni sonke lesi sikhathi, kungani ekhuluma ngakho manje,"kusho yena.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.