'UMadikizela-Mandela ubengumakoti wangempela'

2018-04-04 09:30

Johannesburg - UWinnie Madikizela-Mandela ubengumakoti wangempela. 

Lawa ngamazwi eqhawe lomzabalazo nomakade ebona we-ANC uLillian Diedericks, 92. 

Ekhuluma kwi-SABC, uchaze uMadikizela-Mandela njengomuntu obenomoya ophansi futhi ethembekile kumyeni wakhe.

OLUNYE UDABA: Uzongcwatshelwa eGoli uMadikizela-Mandela

"Ngokwami ubengumakoti wangempela owaziyo ukuthi ufunani ngoba ukuba nomuntu onjengo (Nelson) Mandela kwakuyinto enkulu kakhulu," kusho uDiedericks engxoxweni abenayo ne-SABC.

UDiedericks, owayehola imashi yabesifazane noMashi 1956 eyayilibhekise e-Union Buildings ePitoli ukulwisana nemithetho yamapasi, uthi uMadikizela-Mandela wamazi ngomyeni wakhe uNelson Mandela. 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.