UMadonsela uqinisekise olokuphenya iSABC

2016-07-10 13:01

Johannesburg – Umvikeli woMphakathi uThuli Madonsela ukuqinisekisile ukuthi ihhovisi lakhe liphenya ngezinto ezenzeka kwiSouth African Broadcasting Corporation (SABC), ngokusho kombiko.

UMadonsela ukhulume ne-Eyewitness News ngesikhathi kubungazwa iminyaka engu-80 yetende lakwa-Israel eHillbrow izolo.

Funda nalolu daba: Kudubuleke umuntu ngephutha

I-SABC isematheni kulezi zinsuku kulandela ukuvala kwayo ukusakaza imibhikisho enodlame, nangokumisa abanye abasebenzi abehlulekile ukulandela imiyalelo.

UMadonsela uthi ihhovisi lakhe seliqalile ukwenza uphenyo ngezinsolo zokungaphanthi ngendlela eSABC. 

Uthe basezinhlelweni zokubhalela uNgqongqoshe kanye nebhodi.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.