UMadonsela usishayela ihlombe isimemezelo sikaZuma

2018-01-10 09:30

Cape Town – Lowo owayenguMvikeli woMphakathi uThuli Madonsela uthi ikhomishini ezokwenganyelwa yiPhini leNhloko yamaJaji uRay Zondo kumele igxile kuphela ezinsolweni ze-state capture ngomndeni kaZuma kanye kanye nowakwaGupta.

UMadonsela ukhulume neNews24 ngemuva kokuba uMengameli Jacob Zuma ememezele ukuthi kusungulwe ikhomishini kaZondo ngoLwesibnili ebuzuku.

"Ngiyasamukela isimemezelo sikaMengameli. Nakuba sekuphele iminyaka emibili yonke, kodwa kungcono ngoba lokhu kuzokwenzeka kunokuba kugcine kungenzekanga,” kusho uMadonsela.

OLUNYE UDABA: Uthole ibheyili umama osolw angokufaka usana ethoyilethi lomgodi

UMadonsela uthi nakuba kungenzeka ukuba ubufakazi abusekho kahle, isimo sisangalungiseka.

UZondo uzokwazi ukuqoka ithimba lakhe azosebenzisana nalo, elizoba namandla angekho ngaphansi kwalawo anawo uMvikeli woMphakathi.

UMadonsela uthi uyajabula ukuzwa ukuthi uZuma ukubalulile ukuthi yena akakwazanga ukuphothula uphenyo ngalolu daba ngenxa yokungabikho kahle kwezinsiza kusebenza noma imali.

UMadonsela uphinde wathi uZuma ngeke akwazi ukuyalela ukuba kuphenywe nangezinto ezenzeka ngaphambi kuka-1994. Kodwa uma efisa, lokho angakwenza ngokuhamba kwesikhathi.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.