UMahumapelo ubengaqambi amanga ngetulo lokumsoconga

2018-05-07 14:06

UNdunankulu waseNorth West uSupra Mahumapelo ubengaqambi amanga ngezinsolo zokuthi kukhona abafuna ukumsoconga.

Lokhu kuvezwe nguSomlomo wakhe ngesikhathi ekhuluma nezintatheli ze-eNCA ngoMsombuluko ekuseni.

Lo somlomo uthi lokhu kungokwesithathu kuzanywa ukuqumba phansi lo ndunankulu kanti isigameko sokuqala senziwa yikhansela eselagwetshwa ngokuzama ukubulala uMahumapelo.

I-ANC esifundazweni saseNorth West ithi iyashaqisa imibiko yokuthi kunetulo lokuzama ukubulala uNdunankulu uSupra Mahumapelo.

 UMahumapelo uthi uthole umbiko mayelana nezihlelo zokumsoconga ngoMgqibelo.

Ihhovisi lakhe liveze ukuthi kunenkabi ekhokhelwe imali engango- R250 000.

OLUNYE UDABA:Usale othulini umsolwa 'ohlasele' izitshudeni endaweni ezihlala kuyo

Okhulumela uKhongolose kulesi sifundazwe uGerald Modise uthi banethemba lokuthi amaphoyisa azophenya ngalokhu ukuze kutholakale ukuthi ngubani ongumsusa wakho konke lokhu.

"Sishaqeke kakhulu ngalolu daba lezinhlelo zokusocongwa kukasihlalo wesifundazwe sethu, okunguyena uNdunankulu. Lokhu uma kwenzeka ngoba abantu bemubona emi endleleni kulezi zinkinga esibhekene nazo siyisifundazwe.

"Sike saxoxisana naye samnxusa ukuba ayovula icala futhi usekwenzile lokho.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.