UMaimane ngeke abangiswe muntu kwesokuhola i-DA

2018-03-18 15:09

Cape Town - UMmusi Maimane ngeke abangiswe muntu kwesokuhola iDemocratic Alliance, ngaphambi kokhetho lwangaphakathi ngenyanga ezayo, kusho inhlangano ngeSonto ekuseni.

IMeya yaseNelson Mandela Bay u-Athol Trollip ingene embangweni wokubuyiselwa kwesokuba usihlalo we-DA kuzwe lonke, kanti ubangisana nosihlalo we-DA eFree State nophinde abeyilungu le-DA ePhalamende, u-Annelie Lotriet, kanye nemeya yaseTshwane uSolly Msimanga.

OLUNYE UDABA: Kuthungathwa abagubule amaphoyisa

I-DA yavula uhlelo lokuphakanyiswa kwamagama ngoMashi 5, noluvalwe ngoLwesihlanu.

Ingqungquthela ye-DA izoba phakathi kuka-Ephreli 7 no-8 eTshwane, lapho kuzokhethwa khona u,mholi omusha kanye nosihlalo omusha.

Kulindeleke kubeyingqungquthela enkulukazi emlandweni we-DA njengoba kulindeleke ithanyelwe abantu abangaphezu kuka-2 000 abaphuma ezweni lonke.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.