UMaimane uthi ngeke baphumule kuze kube abantu bathola impilo engcono

2017-10-08 12:00

Cape Town – Umholi weDemocratic Alliance (DA) uMmusi Maimane uthi sekuyisikhathi sokuba inhlangano yakhe isebenze ngokuzikhandla ukuze igudluze i-African National Congress (ANC).

UMaimane obeyisikhulumi esiqavile engqungqutheleni yokuthetha ubuholi esifundazweni iWestern Cape ebibanjelwe eGoodwood ngaphandle kwaseKapa ngoMgqibelo.

UNgqongqoshe wezokuhlaliswa kwabantu esifundazweni, uBonginkosi Madikizela, uyena oqokelwe kwesokuhola le nhlangano esifundazweni.

UMaimane uthi le nhlangano kuzomele ihole ngokuba yisibonelo.

OLUNYE UDABA: Kutholakale izidumbu emotweni ebiseceleni komgwaqo

UMaimane uxwayise ngokuthi akumele kubenokudembesela kwiDA njengoba le nhlangano ifuna ukudla umhlanganiso okhethweni lwango-2019.

“Sekuyisikhathi sokuba sigxile okwenzeleni abantu baseNingizimu Afrika izimpilo ezingcono. Ngeke siphumule kuze kube izimpilo zabo ziyashintsha.”

Uqhube wathi lesi akusona isikhathi sokuba inhlangano iphume endleleni, waphinde wakhuthaza wonke amalungu e-DA ukuba ahloniphe abavoti, ngoba bayizikhulu zabo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.