UMaimane uthi uselulangazelele usuku lokuthethwa kwamacala kaZuma

2017-10-21 09:05

Johannesburg – Umengameli Jacob Zuma uzoluthola usuku lwakhe lokuvela enkantolo ngamacala enkohlakalo, kusho umholi we-DA uMmusi Maimane.

UMaimane uthi isikhulu se-NPA uShaun Abrahams simbhalele incwadi emazisa ukuthi uMbuso usuqalile ukusebenza ngamacala angu-18 enkohlakalo mayelana nemali ayithola kusomabhizinisi waseThekwini uSchabir Shaik.

OLUNYE UDABA: I-ANC eNorth West iyaziqhelelanisa nohambo lulaRamaphosa

Encwadini, u-Abrahams uthe sebulungile ubufakazi ngoMengameli, kanti nohlu lofakazi luzophothulwa ekupheleni kwenyanga ezayo. UMaimane uthi ukulangazelele ukuthola usuku lokuthethwa kwecala, futhi usewaqalisile amalungiselelo.

UZuma kuzomele kuphele inyanga ezayo esezibekile izizathu ezintsha zokuthi kungani kungamele athweswe amacala.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.