UMajoro usejoyine elaseKapa

2016-08-10 08:16

Durban - Seziphethwe zonke izingxoxo phakathi kukaLehlohonolo Majoro neqembu laseKapa iCape Town City, kubika iSoccer Laduma.

Kujike izinto njengoba i-Orlando Pirates yayifake uMajoro ohlwini lwabadlali okuzobolekiswa ngabo ngale sizini entsha.

Funda nalolu daba:Kumnandi ukuba ngumgadli ogadlayo - Majoro

Iqembu laseKapa linqume ukumnika inkontileka egcwele yeminyaka emibili ukuze athuthuke njengomdlali ngaphansi kwaleli qembu.

Leli qembu lisayine abadlali abafana noTshepo Gumede obuya kwi-Pirates, umdlali wasemuva odabuka kwelase-Austrialia uMatt Sim, uRenars Rode naye obuya phesheya kanye noRobyn Johannes obedlalela amaZulu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.