Umakhelwane othanda izindaba uhlangabezane nezidumbu elunguza

2016-04-26 16:00

London - Owesifazane owayelunguza kwamakhelwane ebheka ukuthi ngabe ingadi yakwamakhelwane yinhle kuneyakhe wahlangabezana nezidumbu ezimbili zamadoda zigoqwe nge-duvet, lokhu kuzwakale ngeSonto ebusuku.

UDina Kacare usandakuthuthela efulethini eliseHull wayetshengisa umngani wakhe ingadi yakhe ngesikhathi ebona lezi zidumbu.

UKacare, 39, uthe: "Ngangimatasa engadini yami nomngani ngesikhathi ngibona ukuthi ngiyakwazi ukubona kwamakhelwane.

OLUNYE UDABA: Kutholwe izidumbu ezinhlanu eBenoni

"Saqala saqathanisa ubuhle bezingadi sase sibona kulunguza izinyawo kwi-duvet."

Amaphoyisa aseHumberside athe isigameko asiqondakali."

Amaphoyisa bekulindeleke ukuba athole imiphumela yokuhlolwa kwezidumbu ngeSonto ebusuku.

Izidumbu bezingakahlonzwa kanti ngeSonto ebusuku indawo ibivaliwe njengoba amaphoyisa abematasa ebuka ivideo yeCCTV, kubika iDaily Mail.

Umseshi uSuperintendent Matt Hutchinson uthe: "Isigameko siyakhathaza umphakathi kanti sisadinga nosizo lomphakathi."


“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter



Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.