Umakhelwane usolwa ngokushisa ingane nge-acid

2017-10-25 19:30

eGoli - Owesimame wase-Actonville ubhekene necala lokuzama ukubulala ngemuva kokuba ingane kamakhelwane ilimale isemzini wakhe.

Ngokubuka kwephephandaba iBenoni City Times lo makhelwane usolwa ngokushisa le ngane nge-acid ngemuva kokubonakala kwenabukeni layo lishile.

Okhulumela amaphoyisa ase-Actonville uPheello Mothapo, uthi ingane ibidlala emzini kamsolwa ongumakhelwane kagogo wale ngane ngesikhathi isha.

OLUNYE UDABA:Usesitokisini usaziwayo ngezinsolo zokugwaza umakhelwane

“Lo wesimame uvulelwe icala lokuzama ukubulala kanti futhi uboshiwe ngemuva kokuba kuvulwe leli cala,” kusho uMothapo.

UMothapo uthi leli cala lidluliselwe kuphiko oluphenya ngamacala odlame lwasekhaya, ukuvikeleka kwezingane kanye nokunukubezwa ngokocansi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.