UMakhosi Khoza uthi ngeke alubhade kwesokuqondiswa kwezigwegwe

2017-09-16 10:52

Johannesburg – Ilungu le-African National Congress ePhalamende uMakhosi Khoza ngoLwesihanu, uthe ngeke asithamele isigcawu sokuqondiswa kwezigwegwe esizoba ngeSonto.

Lokhu kulandela ukuba iNkantolo eNkulu eMgungundlovu ithe abukho semthethweni ubuholi be-ANC eKZN.

"Ngaleso sizathu, ngaphandle kwezinye izingqinamba, ukuqondiswa kwezigwegwe okuhleliwe ngeke kuqhubeke.”

OLUNYE UDABA: Kulimale inqwaba kugingqika amatekisi amabili

Uthi konke okuzobe kwenziwa kuzobe kuphambene nesinqumo senkantolo.

Uthi uma kumele aqondiswe izigwegwe kuzomele aqondiswe yisigungu esisha esiyokhethwa enguqngqutheleni esemthethweni.

UKhoza incwadi yakhe ubeyibhekise kuRavi Pillay wekomidi eliqondisa izigwegwe eKZN, uGwede Mantashe, uJackson Mthembu nakuBaleka Mbete.

- ANA

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.