UMalema udicilela phansi ingane yomuntu omnyama - ANCYL

2016-08-08 19:45

Durban – Uphiko lweNtsha ye-ANC KwaZulu-Natal luvikele umgcinimafa jikelele, uReggie Nkabinde, kulokho okushiwo uMalema.

I-ANCYL ikuchithile ukuthi iMabala Noise, ixhaswe ngezimali zomphakathi ngenhloso yokudla imali kahulumeni njengokusho komholi we-EFF uJulius Malema.

“Lokhu kuhloswe ngakho ukuphazamisa umfana omncane ongene kwezokunandisa wenza umehluko,” kusho unobhala wesifundazwe, uThanduxolo Sabelo, esitatimendeni.

Funda nalolu daba: I-ANC ihlela ukuphendula amatafula ngo-2019

“Lokhu kungukudicilela phansi ingane yomuntu omnyama esebenze kanzima ukuze iphumelele.”

Ubephendula ngemuva kokuba uJulius Malema ethe uNkabinde uhlomula ngamathenda kahulumeni.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.