UMalema ugxeke iphini lenhloko yamajaji

2018-03-08 16:00

Johannesburg – Umholi we-EFF uJulius Malema uthi iphini lenhloko yamajaji bekungamele liqoke lowo owayenguMcwaningi Mabhuku Jikelele uTerrence Nombembe ukuba abeyinhloko yophenyo lwe-state capture.

Uthi iSouth African Institute of Chartered Accountants noNombembe, nesikhulu sayo esiphezulu, abekho qotho.

 "... kodwa uzokwenza uphenyo nge-state capture! Iphini lenhloko yamajaji belizokwazi lokhu ukuba liyazilandela izinto ezenzeka eNingizimu Afrika, nokuthi bangobani abasolwa,” kusho uMalema.

OLUNYE UDABA: Kuvalwe umgwaqo ngenxa yombhikisho eLimpopo

"Thina kwi-EFF sifuna kubizwe uNombembe azophendula kwikhomishini. Uzophendula kanjani kodwa uma engumphenyi?  Iphini lenhloko yamajaji [uRaymond Zondo] aliqalanga kahle neze, ngiyayixwayisa iNingimu Afrika.

"Kungenzeka ukuba izinhloso ngophenyo zinhle kodwa isiphetho kube ngesehlukile."

UMalema uthi i-EFF izoyiqapha ikhomishini.

UZondo umemezele ithimba azosebenzisana nalo kwikhomishini ngoLwesithathu.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.