'UMalema uvumelekile umngcwabeni'

2017-09-11 09:30

Johannesburg – Lowo owayeyilungu le-ANC ePhalamende uPule Mabe uthe inhlangano ebusayo ayikwazi ukutshela umndeni kaSindiso Magaqa ukuba ungamvumeli uJulius Malema athamele inkonzo yomngcwabo.

UMagaqa, owayengunobhala jikelele we-ANC Youth, wahlaselwa ngoJulayi, washona ngesonto eledlule.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe kwabulawa umfana,9

Uzobekwa endaweni yokugcina ngomhlaka 16 Septhemba 2017.

UPule Mabe uthe umndeni kaSindiso Magaqa usushilo ukuthi ufuna abekhona uMalema emngcwabeni futhi ufuna afakwe nasohlelweni.

UMabe uphinde wathi umngcwabo akuyona irali ye-ANC.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.