Umalume wathumba, wadlwengula futhi wabulala umshana wakhe

2018-01-18 16:00

London - Owesilisa osebenza njengomakhi ubhekene necala lokuthumba, ukudlwengula kanye nokubulala umshana wakhe ngaphambi kokufaka isidumbu sakhe kwisiqandisi.

Lokhu kuvele enkantolo ngoLwesithathu lapho bekuqulwa khona amacala kaMujahid Arshid, 33, okuhlasela umshana wakhe uCeline Dookhran, 19, nomunye owesimame.

Kuthiwa lo msolwa wathatha laba bobabili wabafaka ebhuthini yemoto yakhe wabahambisa endlini abesebenzela kuyo.

Lo malume kuthiwa kudala ekuhlela lokhu akwenze kumshana wakhe futhi waze wacela usizo lukazakwabo emsebenzini.

OLUNYE UDABA:Ikhehla 'lidlwengule' isalukazi, 77, lisikhombe ngesibhamu

Kuthiwa umufi wayethandana nowesilisa odabuka kwelaseLibya kanti umndeni wakhe ububheke ukuthi uzogana umkhaya wasePakistan.

Kuthiwa umndeni kaDookhran wamuphoqa ukuba aqede ubudlelwane bakhe nesoka lakhe.

Ngosuku olulandelayo u-Arshid elekelelwa wuVincent Tappu, 28, babamba le ntokazi kanye nomngani wakhe,21, okewadlwengulwa yilo msolwa ekukhuleni kwakhe.

Bobabili laba besimame baboshwa izandla, bavalwa nemilomo ngaphambi kokufakwa emotweni.

Umsolwa wafika wabadlwengula bobabili, wabagwaza ngaphambi kokubafaka kwisiqandisi.

Le ntokazi yesibili ibilimele kabi kodwa yakwazi ukuphunyuka yayofuna usizo.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.