Umama nendodana bathi bayathandana

2017-03-22 18:01

Mexico - Umama nendodana balwisana nokuguqula umthetho ukuze bezokwazi ukuthandana ngaphandle kokuphazamiseka.

Lo mama nendodana yakhe bathathe isinqumo sokuphumela obala ngobudlelwano babo ngenhloso yokwenza abantu bazi ngeGenetic Sexual Attraction (GSA) ukuze bayenze ibe semthethweni khona bezokwazi ukuthandana kahle bengaphazanyiswa.

OLUNYE UDABA: Umama uvuma eyokuba nezingane nendodana yakhe

UMonica, 37, wathola ingane yomfana ngesikhathi eneminyaka engu-16 ubudala wase enikezela ngayo emndenini ozoyikhulisa kwathi ngemuva kwalokho wahlangana nayo okokuqala ngqa, ngo-2015 ngesikhathi behlangana enkundleni zokuxhumana.

 - IVIDEO:

 - Newswatch

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.