Umama ukhokhiswe imali yebheyili indodana isidedelwe ejele

2016-07-14 14:36

Cape Town - Owesimame uthi amaphoyisa amkhokhisa imali yebheyili yendodana kodwa yayisidedeliwe, kubika i-

Lo mama uthi iphoyisa lamkhokhisa imali engango- R1000 lithi imali yokubheyila indodana yakhe.

OLUNYE UDABA:Uphinde wenqatshelwa ibheyili osolwa ngokubulala umkakhe

UZoleka Moni, 43, uthe indodana yakhe eneminyaka engu-21 ubudala yaboshwa ngeSonto ngemuva kokulwa nomunye umuntu  wesilisa.

"Ingxabano yayingoMgqibelo ngemuva kokuthi alwe nomunye umfana wamshaya ngebhodlela, ngosuku olulandelayo kwafika amaphoya,"kusho yena.

Uqhubeke wathi wathola ucingo oluvela emaphoyiseni ngosuku olulandelayo kuthiwa bazomubeka icala. Ngomsombuluko wathola olunye ucingo komunye umuntu esendleleni eya enkantolo kuthiwa aphathe imali yebheyili.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.