Umama wabamba uthisha encelisa ingane yakhe enkulisa

2017-02-09 18:02

Carrboro, N.C. -  Owesifazane waseDurham ogama lakhe nguKaycee Oxendine utshele abezindaba zeWTVD-TV ukuthi kunekhamera yonogada engaphakathi enkulisa, iCarrboro Early, ekhombisa owesifazane ehlisa isikibha sakhe asondeze indodana yakhe esifubeni ayincelise.

Le ngane inezinyanaga ezintathu izelwe.

U-Oxendine uthe lo thisha wengane wathi ingane yayiqunjelwe.

Kuthiwa lokhu wakusho ngesikhathi omunye umuntu wesifazane osebenza kuyo le nkulisa ebuza u-Oxendine ukuthi angayincelisa yini le ngane ukuze isizakale, u-Oxendine washo kabili ukuthi "cha".

OLUNYE UDABA: Ishaywe "ngemvubu" ezichamele enkulisa

Owenkulisa uDaron Council uthe omunye wabasebenzi basenkulisa wabika ngodasba. Uthisha owancelsa ingane akasayisebenzeli inkulisa.

U-Oxendine uthe waxoshwa uthisha kodwa futhi ufuna athweswe icala.

Amaphoyisa aseCarrboro athe aphenya udaba kodwa icala belingakavulwa okwamanje. 

- IVIDEO: 

 - Parent24

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.