Umama washisa ingane iphila ethi ‘uyifundisa isifundo’

2017-10-11 11:04

Pretoria – Intombazane eneminyaka engu-13 ubudala yokhelwa ngomlilo iphila ngumamkhulu wayo, ngemuva kokuthi eyibhunyele ngophalafini ngaphambi kokuyithungela ngomlilo.

Kuthiwa lo mama wenza lokhu ngoba ethi “uyifundisa isifundo le ngane ngokumntshontshela imali”.

UNelly Masangu washona ngemuva kwezinsuku ezimbalwa esibhedlela kwathi u-anti wakhe (owayesengumama wakhe ngokusemthethweni), u-Anna Mahlangu, wabekwa icala lokubulala kuleli sonto eNkantolo eNkulu yasePitoli.

OLUNYE UDABA: Uzovela enkantolo umama 'ocasulwe yisoka wabulala ingane'

U-Anna, 62, ubekhihla esikaNandi ngesikhathi echazela iJaji uBert Bam ukuthi ubemuthanda uNelly, lokhu akwenza wayekwenziswa ukuthi ufuna ukumfundisa isifundo, kubika iPretoria News.

Uthi le ngane yamntshontshela imali kanti yena wayezama ukuyisabisa nje kuphela. Uthi wayecabanga ukuthi uzokwazi ukucisha ilangabi lingaze lishe ubuhanguhangu. Nokho, uNelly wagcina ngokushonela esibhedlela ngemuva kokusha kanzima.

U-Anna uliphikile icala lokubulala wathi yena wayengaqondile ukubulala le ngane.

Lo mama uthi le ngane yaqala ukuba ngaphansi kwesandla sakhe ineminyaka emihlanu ubudala ngemuva kokushona kukamama wayo owayelamana no-Anna.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.