Umama womfundi owabulawa utholakale edindilizile ngasolwandle

2018-03-26 09:33

eKapa -  U-Anna Cornelius, 56, ongumama womfundi waseStellenbosch uHannah Cornelius, utholakale eshonile ngeSonto.

Lokhu kuqinisekiswe yilungu lomndeni elitshele abeNews24 ukuthi umzimba wakhe utholakale eScarborough ngaseKapa ngeSonto ekuseni.

Kuthiwa isidumbu salo mama sitholwe ngabeNational Sea Rescue Institute (NRSI).

Ukushona kwakhe kulandela okwendodakazi yakhe eyatholakala idindilizile eceleni kogwaqo ngesepulazini lewayini ngomhlaka 27 Meyi 2017.

OLUNYE UDABA:Umama nendodana bazitika ngocansi ukuze bagcine umcebo

Elinye ilungu lomndeni elicele ukuba igama lalo lingadalulwa lithe u-Anna ubekwazi kahle ukubhukuda.

Amaphoyisa aseWestern Cape police akuqinisekisile ukuvulwa kwedokodo njengoba kutholakale isidumbu salo wesifazane sintanta olwandle eScarborough. 

"Izigameko ezizungeze loludaba zisaphenywa okwamanye,"kusho uSergeant Noloyiso Rwexana.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.