Umamezala ungiphendule umqwayizi - Umfelokazi

2016-08-12 14:32

Johannesburg - Ngesikhathi uNoncebo Gotswa, 58, eshonelwa umyeni wakhe ngo-2013, wazithola eseyedwa futhi ehlupheka.

Washiya umuzi wakhe oseMbekweni e-Eastern Cape wayohlala nomama womyeni wakhe KwaThema, eKurhuleni.

Kodwa kunokuba asize umakoti wakwakhe, umamezala onguJosephina Masindo,73, kuthiwa waphoqa uNoncebo ukuba aqwayize.

“Ezinyangeni ezimbili ezedlule wangitshela ukuthi angisukume ngibewumuntu wesifazane”.

Funda nalolu daba: Amaphoyisa acela usizo ngodukile eNkandla

“Wayefuna ngilale nenye indoda endala ukuze ngithole imali. Ngenza njengokuba ngitsheliwe ngenxa yokuthi kwakungekho engangingakwenza. Ngangisabela ukuthi ngizophelela emgwaqeni. Umamezala wami usengenze umqwayizi.”

Uthe uyena ubelala namadoda angawazi kodwa imali ibithathwa umamezala wakhe.

Ngesikhathi iDaily Sun izama ukuxhumana noJosephina, uthe akafuni ukuzwa lutho ngoNoncebo.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.