'UMaNgcobo' udalule okumenze wehla emzimbeni

2017-03-25 12:02

Durban - Umlingisi wakumabonakude uDawn Thandeka King odlala indawo kaMaNgcobo kuZalo nekaMaZet kwiLockdown udalule okumenze wehla emzimbeni.

Lesi sihlabani sokulingisa sithi ukuzinikela emsebenzini wakhe yikho okumenze ukuthi anciphe njengoba elingisa imidlalo emibili kumabonakude kanti lo omunye kudingeka ukuthi akhiphe ijubane ehla enyuka kuwo.

UDawn uthi  usebenza kakhulu kwiLockdown, uthi kuyanyakazwa lapha, akudlalwa. Uthi nuze wathatha ikhefu kuZalo ngoba eyoshutha kwiLockdown.

OLUNYE UDABA: OwoZalo uzokwenza ezibukwayo ekhonsathini yakhe

Lo mlingisis uthi ubone ngoNovemba ngonyaka ofile ukuthi wehlile emzimbeni wasale eseyibamba lapho waqinisa ekudleni kahle waqala nokuzivocavoca.

UDawn uthi kuyamjabulisa ukwehla kwakhe emzimbeni futhi usafuna ukwehla kancane nje kodwa akazimisele ngokuba yisilenda ngoba vele umzimba wakhe ngokwendalo akamcane.

Ngokuthola kwesolezwe lo mlingisis uthi ukukhulu kule ndima yokulingisa ukuthatha njengeibusiso esivela kuNkulunkulu nasemadlozini akhe.

Thola udaba oluphelele kwiSOLEZWE.

ISITHOMBE:

Because powerful women #blackbrain

A post shared by Dawn Thandeka King (@dawnthandeka_king) on

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.