UMantashe udlulise amazwi enduduzo emndenini yabavukuzi eGauteng

2018-05-05 09:34

Johannesburg - UNgqongqoshe wezokuMbiwa Phansi uGwede Mantashe uthi isibalo sabavukuzi abashone ezimayini iSibanye-Stillwater eDriefontein eduzane naseCarltonville sesime ku-5.

UMantashe udlulise amazwi enduduzo emndenini yabavukuzi.

Bangu-13 abavukuzi abebevaleleke emgodini ngoLwesine kulandela isigameko sokuzamazama komhlaba.

OLUNYE UDABA:Bebengu-13 abavukuzi abebevaleleke emayini yaseGoli

UMantashe ukhulume nabezindaba kafushane ngoLwesihlanu ngemuva komhlangano abenawo nabaphathi basezimayini.

"Okwenzekile kuyinhlekelele. Ukuzamazama komhlaba'kudlangile kule ndawo. Uma ubona izimpawu zokuqala uyaye ukhiphe abasebenzi ngaphandle ngoba akujwayelekile ukuthi ukuzamazama komhlaba kwenzeka kanye. Ukuzamazama komhlaba kwenzeka njalo."

 - SABC

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.