UManyonga ushode ngesentimitha ukuze azuze igolide kuma-Olympic

2016-08-15 10:00

Brazil - Likhulu isasasa kwithimba lakuleli kuma-Olimpiki,  ngaphezu kukaVan Niekerk owine igolide lokuqala kuleli kunoLuvo Manyonga naye owenze ezibukwayo, kubika iCitizen.

ULuvo Manyonga owenza i-long jump ushode nge-senimitha ukuze athole indondo yeGolide kule mincintiswano yama-olimpiki.

Yize kunjalo ukuzuza kwakhe isiliva kube yinto encomekayo kakhulu ngoba lokhu kwandisa inani lezindondo ezitholwe ithimba lakuleli.

OLUNYE UDABA:ULe Clos uthole enye indondo yegolide

Ngesikhathi abezindaba bekhuluma nomndeni wakubo kanye nabangani, kuvele ukuthi uManyonga udlule kweziningi izingqinamba kanye nokuxinwa izidakamizwa.

Lo mdlali akavumelanga ubunzima nezingqinamba ukuba zimqede amandla njengoba ekwazile ukudlula kuzona aze afike kulesi sigaba.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.