UMapaputsi uphika eyokuba ngushefu eKalawa Jazmee

2016-05-01 14:01

Johannesburg - Kuzwakale ukuthi isitebela somculo iKalawa Jazmee sinoshefu waso.

ISunday Sun izwe ukuthi isihlabani somculo weKwaito esesinesikhathi eside sanyamalala emculweni, uMapaputsi, usengushefu ekomkhulu leKalawa Jazmee eGoli.

UMapaputsi ogama lakhe lokuzalwa nguSandile Ngwenya kuthiwa uyalithokozela ithuba lokuthi kube khona akwenzayo naye kunokungenzi lutho.

OLUNYE UDABA: OweKwaito ufuna amavoti ngenkomo

Imithombo ithe lesi sihlabani seculo Izinja sizimisele ngomsebenzi waso.

"Uma sivakashele eKalawa Jazmee siyazi ukuthi kukhona ozosilethela ukudla okumnandi. Ngiyambongela ngoba ukupheka kuyamzibazisa futhi nenkampani imkhokhela kahle.," kusho umthombo.

Ngenyanga ephelile uMapaputsi wakhipha iculo iShooting Star kwi-internet kodwa alizange lidume. 

AbeSunday Sun bathinte uMapaputsi mayelana nomsebenzi wakhe omusha waqinisekisa ukuthi uyakwazi ukupheka kodwa waziphika ezokuba ngushefu.

"Kudala ngagcina ukuvakashela eKalawa, ngangihlezi ngiya khona. Bangabangani bami. Ukubaphekela kodwa....angikwazi lokho mina,"kusho uMapaputsi.


“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.